Lokhu okokucela ukuthi kucekelwe phansi izigxivizo zeminwe nesithombe sami. Ngiyavuma ukuthi ngizokwaziswa ngokubhala ekhelini elinikezwe ngezansi uma isicelo sesamukelwe futhi ngizobuye ngaziswe lapho inqubo isiqediwe. Ngiyavuma futhi ukuthi lesi sicelo singase singavunywa uma izimo zingaphandle kwemihlahlandlela yeNqubomgomo yoMnyango Wamaphoyisa aseVictoria.